                                     10

                                 EZEZIMBONI



Simo samanje

Ningizimu Afrika inezimboni eziningi lezo zisebenzisa izinsimbi nezithako.
Lezizimboni ingadala umonakalo omkhulu kunhlalo kuhlalwa kuyo. Izimboni
zaseNingizimu Afrika zisebenzisa amandla amaningi.

Ngokuzotha imishini eminingi esetshenziswa izimboni zaseningizimu Afrika
igugile. ufanele sibe nemali yemishini emisha. Lemishini emisha efanele
inciphise ukungcolisa thi isebenzise namandla amancane.

Sidinga izimboni eziningi lapha eNingizima Afrika. Lokhu kunganikeza abantu
bakithi misebenzi kodwa sifanele siqiniseke ukuthi ezizimboni ezintsha
kazidali umonakolo mkhulu kunhlalo okuhlalwa kuyo. Ezinye zindawo
ziyitholile indlela engcono okusebenza kodwa kungenzeki umonokalo ndaweni
okuhlalwa kuyo. Singafunda okuthile galezindawo.

Izimboni, imithetho neminyango kahulumeni

I
INingizimu Afrika ihambisa ngomthotho inhlalo kuhlalwa kuyo ngemithetho
yezimboni. odwa kukhona imithetho ebuthakathaka Hulumeni akanazo izisebenzi
ezilingeneyo zingaqinisekisa ukuthi iminotho kayephulwa mboni ingaphula
umthetho ngaphandle kokuthi ijeziswe.

Lenkinga kufanele ixazululwe masinyane kodwa ohulumeni kufanele
asebenzisane nezimboni namanye amaqembu ukuze kutholakale

Izindlela zezimboni ezingaletha umonakalo omncane kunhlalo okuhlalwa kuyo
kanye nempilo yezisebenzi kanye nomphakathi.

Uhulumeni womphakathi kafanele ahambise ngomthetho isigaba sezimboni. Uma
enyenenye iprovinsi inezigaba ezahlukena, izimboni ezingcolile zingahle
ziye kuprovinsi esesigabeni esiphansi.

Ezomgomo

1. UHulumeni ufanele anqume ngokuba izimboni zinokwazi ukuzihlolela ukuthi
ungakanani umonakalo abawenzayo kunhlalo okuhlalwa kuyo. uhwebo
lokuhlanganiswa ne NGO ithi lokhu ngeke kusebenze. Amanye amalunga emishini
azizwa ukuthi izimboni kumele zizihlolele ngomonakalo eziwenzile kunhlalo
okuhlalwa kuyo bona. Kodwa uhulumeni ufanele alungisele isigaba ngalokhu
futhi uhulumeni kufanele ahlole njalo ukuze abone ukuthi lezigaba
zilungisiwe.

Kodwa uhulumeni umele athole enye indlela yokuthola lzimboni ukuthi zenze
umonakalo omncane kunhlalo okuhlalwa kuyo. uhulumeni, uhwebo
lokuhlanganiswa nezimboni zingasungula ophathisene naye ukuthola izindlela
zakuthuthukisa umsebenzi wezimboni. Futhi kungavikela nempilo yabasebenzi.
lzinkampani zezithako zisungule iprogramu ebizwa ngokuthi yi-'Responsible
Care'.

Kakukho Lawulo olulingene Phezukwezi mboni ngalokho abakulahlanga.
Lomphakathi uhlala eduze nendawo okulahlwa khona noshevu.

Lokhu kuyisibonelo sokuthi izimboni zingasebenza kanjani ngaphandle
kokudala umonakalo kunhlalo okuhlalwa kuyo. Kodwa kumele siqiniseke ukuthi
amaprogramu anjena ayiqiniso, kungewona nje enza sengathi izimboni zibukeka
zizinhle.

2. Kunesihlanganiso samandla phakathi kolimaza inhlalo okuhlalwa kuyo kanye

nempilo yabasebenzi noku vikeleka. Kaningi into efanayo elimaza inhlalo
okuhlalwa kuyo ithinta izimpilo zabasebenzi. Kodwa kukhona imithetho
eyahlukahlukeneyo

yenhlalo okuhlalwa kuyo kanye mempilo nokuvikeleka. Kukhona lminyango

kahulumeni eyehlukahlukeneyo enegunya phezu kwabo.

Ezempilo nokuvikeleka kukukhulu ekuvikeleni izingesi kunokuvikela
izimpilo zabasebenzi. Abasebenzi abinikezwangwa imibiko ngezinkinga zempilo
ezingatholwa kubasebenzi. KuThor chemicals ukuphathwa kabi kudala ukufa
kubasebenzi futhi nokulimaza okubi kunhlalo okuhlalwa kuyo. [Bheka ibokisi
9] ukulondeka, lmpilo nenhlalo okuhlalwa kuyo kufanele isetshenzwe
ngobunye.

Uhwebo lokuhlangeniswa lufanele lukhombe abasebenzi ukuxhumana phakathi
kwezempilo, nokulondeka kunhlalo okuhlalwa kuyo. uhwebo lokuhlanganiswa
eningizimu Afrika Libhekene Kakhulu nezempilo, nokulanda kanye nenhlalo
ekuhlalwa kuyo ikakhulukazi kuzimboni zezithako izisebenzi kufanele
ziqeqeshwe ngenhlalo okuhlalwa kuyo. Lokhu kuzokwenza ukuthi bakwazi
ukubona izingozi kuzindawo abasebenza kuyo. Abasebenzi nabo badinga
amalungelo ukuze bakwazi ukuthatha izinyathelo. Uhwebo oluhlanganisa lufuna
ukusekelwa kuloludaba.

Ukungcola okubuya kuzimboni kulimaza izimpilo zemiphakathi eyakhelene nazo
[Bheka ibhokisi 6,] ukuthola izindaba kube yinkinga. The interim
constitution ithi amaningizimu Afrika unalo ilungelo lezindaba. Lokhu
kuzonceda umphakathi kumpi yokwalelana nokungcola.

Kodwa nanoma umphakathi ulibanga kusuka kuzimboni, ukungcola kungakwazi
ukubagulisa. Kodwa kungabanzima ukubonakalisa lokhu. lngakho kunzima
kakhulu kumphakathi ukuthatha izinyathelo. lmithetho emisha angeke yanele
futhi ikwazi ukulungisa lenkinga. Elinye icebo kungaba ukuthi
abahlanganyeli phakathi kwezinkampani. Uhweba lokuhlanganisa, Umphakathi
nezinhlangane nohulumeni ukukhulumisana ngendlela ephambili ngokusebenza
ngenkinga.

Izisebenzi nomphakathi zisemqoka ekuvikeleni inhlalo esihlala 
kuyo. Womabili amaqembu adinga izindaba nethuba lokuthatha isigaba
kumnyango wenhlalo okuhlalwa kuyo. Lokhu kuxhunyelwe phezu.

   * Ilungela lokwazi ngengozi

   * Ilungelo lokutshelwa ngengozi

   * Ilungelo lokuthatha isigaba ekuthatheni isinqumo

   * Ilungelo lokwala umsebenzi oyingozi

   * Ilungelo lemfundo noqeqesho okufanele.

   * Ilungelo lokubhadalwa kumonakalo owenzeka kubasebenzi noma kumpilo
     yomphakathi.

Ngalelithuba kasinawo lawo malungelo abasebenzi nomphakathi badinga kakhulu
inhlalo okuhlalwa kuyo nemfundo ukuze bakwazi ukuthatha isigaba ekuthatheni
izinqumo.

3. Izinkampani eziningi eningizimu Afrika zinenhlalo okuhlalwa kuyo
ebuthakathaka ebhaliwe ukusho ukuthi, izithako kanye nezimboni ezinzima
zibezimbi kunhlalo okuhlalwa kuyo. Kwezinye izindawo izinkampani kufanele
zikhulume ngokulimala abakwenzile kunhlalo okuhlalwa kuyo, nokuthi benzani
ukuze bakwazi ukukuvikela. uhulumeni ufanele qqale lokhu eningizimu Afrika.

Ukuncoma

1. Uhulumeni ufanele alungisele izimboni ezizimele ukuthi zihlolwe.
Lomzimba ufanele ulawule umoya namanzi angcolisayo, nokuveza
okungenamsebenzi nokulondeka kwabasebenzi. Enyenenye iprovinsi kufanele ibe
nesiqungwesi fana nalesi. uHulumeni wezwe ufanele alungise kahle izindlela
zalomzimba ukuwusebenzisa. Abahloli bafuna izisebenzi eziqeqeshwe kahle.

2. Izinkampani zaseningizimu Afrika kufanele zifake nenhlelo okuhlalwa kuyo

kuwowonke amapulane. Kufanele futhi benze nenhlalo okuhlalwa kuyo
ibenamandla okushayana nenani elinqunyiwe. Kodwa kuzothatha isikhathi

ukulungisa lokhu kahle. Ngokwamanje umnyango wezindaba wenhlalo okuhlalwa
kuyo nokuhanjelwa ifanele ithathe isinqumo sokuthi lzimboni ezinjani
okufanele zenze inhlalo okuhlalwe kuyo impact asst*. Lokhu kufanele kube
yizimboni lezo ezilimaze kakhulu kunhlalo okuhlalwa kuyo
namandla-okushayona nenani elinqunyiwe kuqala. Lokhu kwenziwa yizimboni
kakhulu.

3. Ezempilo, ukulondeka nenhlalo okuhlalwa kuyo kufanele ivumelane ndawonye

okulandelayo kungenziwa:

3.1. Ezempilo nokulondeka kumele kuzinkampani kube yimpilo ukulondeka
nenhlalo okuhlalwa kuyo nobakhulumelayo kufanele bazuzeke banikwe
namandla okukhomba namakheli empilo ukulondeka nenhlalo okuhlalwa kuyo
nabungozi emsebenzini. Bonke abasebenzi kufanele banikwe ukuqeqeshwa
okubanzi ngempilo nokulondeko nangenhlalo okuhlalwa kuyo. Bafanele bakwazi
ukutshela umnyango nohulumeni ngengozi. impilo, ukulondeka nenhlalo
okuhlalwa kuyo nabakhulumelanayo kufanele bakwazi ukubiza abacwaningisisayo
bakahulumeni ezimbonini zabo ukuze bazihlole.

3.2. Abacwaningisisayo bafanele bakwazi ukukhuluma nezisebenzi ngezilimi
zabo-uma lolucwaningisiso luthatha indawo abasebenzi nemaneja kufanele
bathole umbiko.

3.3. umnyango wezokusebenza nezempilo nohwebo nezimboni kufanele kubheke
umbuzo wokuthi kuzobadelwa kanjani abasebenzi nomphakathi ekulimaleni
kwezimpilo zabo. Kufanele babheke ekwenzekeni kokukhulisa iworksman.
Compensation Scheme umvuzo wesikimi wezisebenzi.

3.4 Ikomiti lezwe likahulumeni, uhwebo lokuhlanganisa nezimboni kufanele
kulungisele ukubheka indlela engcono yezempilo, ukulondeka nenhlalo
okuhlalwa kuyo nokuphathwa.

4. Zonke izinkampani kufanele zibhale umbiko wokuthi kubangwa yini nokuthi
zenzani ngakho. Umbiko ufanele ufake nokufunda okwenza umuntu ezimele
ohlakaniphile.

5. Enyenenye imboni (efana nemboni yensimbi) kufanele ihlanganise ipulani
lenhlalo okuhlalwa kuyo kufanele basebenzisane nohulumeni weminyango
yohwebo lokuhlanganiswa, NGO, nomphakathi osekelwe kuzinhlangano. These
plans kufanele zifake:

5.1 Isifundo sokuthola isithunzi kunhlalo okuhlalwa kuyo nempilo nenkinga
yokulondeka kuzimbeni.

5.2 Ipulani elihlelelwe iminyaka emithathu ukubhekana nalenkinga.
Ezimzimboni, Izinkampani, uhwebo inomnyango kahulumeni kumele uvumelane
nokuthatha- ibango kulepulani

5.3. uKucwaningisisa ukuthi ingabe ipulani iyasebenza. lmibiko kufanele
inikezwe abe... umngango kahulumeni nezimboni.

6. uHulumeni kufanele alungisele ukuvula ihovisi leCleaner Production
Lesisigungu siyonceda ukuthi kutholokale indlela yokuhlanzeka kuzimboni
yokwenza iminsebenzi yabo. Lesisigungu singaxhumana Regional Court for
Clean Production eharare.

 IBHOKISI 8: EZEMPILO, UKULONDA NENHLALO OKUHLAKWA KUYO

 Kukhona ukuxhumana okunamandla phakathi kokulimala kunhlalo okuhlala kuyo
 nempilo yezizebenzi nokulondeka. Kaningi lokhe okufanayo okulimaza
 inhlalo okuhlalwa kuyo kuyaye kuthinte izimpilo zabasebenzi. Kodwa
 kokhona imithetho oyahlukahlukene yenhlalo okuhlalwa kuyo, nempilo kanye
 nokulondeka.

 Kukhona ehulumeni abahlukahlukene ngeminyango eqondena nabo. Impilo
 nokulondeka kubaluleke ngokuvikela izingozi kunokuvikela izimpilo.
 Izisebenzi kazinikezwanga umbiko ngenkinga yempilo loyo abangayithola
 kundawo abasebenza kuyena. eThor chemicals nokuphathwa okubi okudola
 ukufa kuzisebenzi kanye nakulimaza okubi kwenhlalo okuhlalwo kuyo (Bheka
 ibhokisi 9) ukulondeka, Ezempilo nenhlalo okuhlalwa kuyo kufanele
 kuvumelane kanyekanye.

  ------------------------------------------------------------------------
Okuphakathi
